Mawhoo Amasango (Feat. Sam Deep) Скачать

Mawhoo Amasango (Feat. Sam Deep)

Mawhoo

Amasango (Feat. Sam Deep)

15 прослушиваний
06:52
Все треки Mawhoo Текст песни
Слушать
Скачать песню

Текст песни «Amasango (Feat. Sam Deep)»

Mawhoo

Imiqhel'ekhanda lami we
Ngihamba ngokuziqhenya dali we
Ngembethe nengubo yamandl'anginakwesaba
Mavulakuvaliwe, uvule we
Imiqhel'ekhanda lami we
Ngihamba ngokuziqhenya dali we
Ngembethe nengubo yamandl'anginakwesaba
Mavulakuvaliwe, uvule we

Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede

Njalo mang'khulum'uyangilalela
Ngiza ngenhlonipho nokuthobeka
Ngivul'inhliziyo ngivathandaza
Anginakh'ok'ningi ngiyazibongela
Njalo mang'khulum'uyangilalela
Ngiza ngenhlonipho nokuthobeka
Ngivul'inhliziyo ngiyathandaza
Anginakh'ok'ningi ngiyazibongela

Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede

Njalo mang'khulum'uyangilalela
Ngiza ngenhlonipho nokuthobeka
Ngivul'inhlizivo ngiyathandaza
Anginakh'ok'ningi ngiyazibongela
Njalo mang'khulum'uyangilalela
Ngiza ngenhlonipho nokuthobeka
Ngivul'inhlizivo ngiyathandaza
Anginakh'ok'ningi ngiyazibongela

Imiqhel'ekhanda lami we
Ngihamba ngokuziqhenya dali we
Ngembethe nengubo yamandl'anginakwesaba
Mavulakuvaliwe, uvule we
Imiqhel'ekhanda lami we
Ngihamba ngokuziqhenya dali we
Ngembethe nengubo yamandl'anginakwesaba
Mavulakuvaliwe, uvule we

Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede
Vul'amasango
Ngathi Camagu
Ngagebis'ikhanda
Ngathi Bayede

На странице доступен трек Amasango (Feat. Sam Deep) от Mawhoo (06:52). Слушайте онлайн или загрузите в mp3 в один клик бесплатно на свое устройство — выше есть текст песни.

Другие песни Mawhoo

Свежее на Muzfrog

Все новинки →